KwabaseRoma 4:20-22
KwabaseRoma 4:20-22 ZUL59
akangabazanga ngesithembiso sikaNkulunkulu ngokungakholwa, kodwa waqina ekukholweni, enika uNkulunkulu udumo, eqinisekile ukuthi lokho akwethembisile unamandla nokukwenza. Ngalokho-ke kwabalelwa yena ukuthi kungukulunga.