AmaHubo 95:3-5

AmaHubo 95:3-5 ZUL59

Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu, uyinkosi enkulu phezu kwawonkulunkulu bonke. Esandleni sakhe kukhona ukujula komhlaba; iziqongo zezintaba ngezakhe nazo. Ulwandle ngolwakhe, walwenza; nomhlabathi owomileyo izandla zakhe zawubumba.