AmaHubo 119:49-50

AmaHubo 119:49-50 ZUL59

Khumbula izwi encekwini yakho owangipha ithemba ngalo. Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.