IBhayibheli Labantu Bonke: Indlela Yokuthandazela Ukuhunyushwa KweBhayibheli

IBhayibheli Labantu Bonke: Indlela Yokuthandazela Ukuhunyushwa KweBhayibheli

5 izinsuku

Ibhayibheli likuguqule ngaziphi izindlela ukuphila kwakho? Lapho ukuphila kusishaya kanzima, sithola isiqondiso nenduduzo emBhalweni. Kodwa kuthiwani uma iBhayibheli belingekho ngolimi lwakho? Lokho kuyiqiniso kubantu abayisigidi esizinkulungwane namuhla. Joyina lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 lapho ungahlanganyela khona ekufundeni kwakho imiBhalo ngezindlela ezilula nezisebenzayo zokuthandazela abantu ngaphandle kweBhayibheli.

Sithanda ukubonga i-YWAM ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://www.seedcompany.com
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo