NgokukaJohane 15:17-19
NgokukaJohane 15:17-19 ZUL59
Nginiyala ngalezo zinto, ukuze nithandane. “Uma izwe linizonda, niyazi ukuthi langizonda mina ngaphambi kwenu. Uma beningabezwe, izwe belizakuthanda okwalo, kepha lokhu ningesibo abezwe kodwa nganikhetha mina ezweni, kungalokho izwe linizonda.