Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Ukuhlela indawo

8 izinsuku
Ezweni elimatasa, kufanele senze indawo yezinto ezibaluleke kakhulu. Kumele sifunde ukusebenzisa ukuhlakanipha kukaNkulunkulu okuyokusiza ukuba uhlanganise le misebenzi ekuphileni kwakho okumatasa. Kwezinye izimo, uyothola ukuthi wenza izinto ezingalungile. Noma ungase uthole ukuthi wenza izinto ezinhle ngesizathu esingalungile noma ngendlela engafanele, ngakho azinikezi ukuphila noma azinelisi.
Sithanda ukubonga i LifeWay ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.lifeway.com/en/product-family/making-space?vid=makingspace









