UmShumayeli 4:10-12

UmShumayeli 4:10-12 ZUL59

Ngokuba uma bewa, omunye uyavusa umngane wakhe; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa! Futhi uma ababili belele ndawonye, banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na? Nakuba umuntu ahlula oyedwa, ababili bayakuma phambi kwakhe, nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.