I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi IzEnzo 17

1

IzEnzo 17:27

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

ukuze bayifune iNkosi, mhlawumbe bayiphuthaze, bayithole, nakuba ingekude kulowo nalowo kithi

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 17:27

2

IzEnzo 17:26

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wazenza izizwe zonke ngegazi linye ukuba zihlale ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezimisiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 17:26

3

IzEnzo 17:24

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

UNkulunkulu owenza umhlaba nakho konke okukuwo, yena eyiNkosi yezulu nomhlaba, akahlali emathempelini enziwe ngezandla

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 17:24

4

IzEnzo 17:31

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Ngokuba umisile usuku, ayokwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngalowo muntu ammisile; enike bonke isiqinisekiso ngokumvusa kwabafileyo.

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 17:31

5

IzEnzo 17:29

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele sicabange ukuthi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngobuciko nangesu lomuntu.

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 17:29

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 17

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest