I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi IzEnzo 16

1

IzEnzo 16:31

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Basebesithi: Kholwa yiNkosi uJesu, njalo uzasindiswa wena lendlu yakho.

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 16:31

2

IzEnzo 16:25-26

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Kepha phakathi kobusuku oPawulu noSila bakhuleka, bamdumisa uNkulunkulu ngamahubo, iziboshwa zabezwa. Kwase kuba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, kwaze kwazanyazanyiswa izisekelo zetilongo; kwavuleka khona lapho iminyango yonke, athukululwa nezibopho zabo bonke.

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 16:25-26

3

IzEnzo 16:30

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wabakhiphela phandle, wathi: “Makhosi, ngimelwe ukwenzani ukuba ngisindiswe na?

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 16:30

4

IzEnzo 16:27-28

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Kwathi umgciniziboshwa ephaphama, ebona iminyango yetilongo ivulekile, wahosha inkemba yakhe, efuna ukuzibulala, ngokuthi iziboshwa zibalekile. Kepha uPawulu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ungazilimazi, ngokuba sikhona sonke.

Qhathanisa

Hlola IzEnzo 16:27-28

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 16

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest