I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi 1 KwabaseKhorinte 2

1

1 KwabaseKhorinte 2:9

IsiZulu 2020

ZUL20

Kepha kulotshiwe ukuthi: “Lokho iso elingakubonanga nendlebe engakuzwanga, okungaphumanga enhliziyweni yomuntu, uNkulunkulu wakulungisela labo abamthandayo.”

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseKhorinte 2:9

2

1 KwabaseKhorinte 2:14

IsiZulu 2020

ZUL20

Umuntu wemvelo akakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye, futhi angekuqonde lokho; kuqondisiswa ngokomoya.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseKhorinte 2:14

3

1 KwabaseKhorinte 2:10

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba uNkulunkulu ukwambulile kithi ngoMoya; phela uMoya ukuhlolisisa konke, ngisho nokujulileyo kukaNkulunkulu.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseKhorinte 2:10

4

1 KwabaseKhorinte 2:12

IsiZulu 2020

ZUL20

Kepha thina asamukelanga umoya wezwe, kodwa umoya ovela kuNkulunkulu, ukuze sikwazi esikuphiwe nguNkulunkulu ngomusa

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseKhorinte 2:12

5

1 KwabaseKhorinte 2:4-5

IsiZulu 2020

ZUL20

futhi ukukhuluma nokushumayela kwami akubanga ngamazwi ahehayo obugagu, kodwa kwaba ngesibonakaliso sikaMoya nesamandla, ukuze ukukholwa kwenu kunganciki ekuhlakanipheni kwabantu, kodwa kume ngamandla kaNkulunkulu.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseKhorinte 2:4-5

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseKhorinte 2

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo