1 kwabaseKorinte 2:4-5
1 kwabaseKorinte 2:4-5 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
nokukhuluma kwami nokushumayela kwami akubanga ngamazwi okuhlakanipha ahungayo, kepha kwaba ngesibonakaliso sikaMoya namandla; ukuze ukholo lwenu lungabi ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa lube semandleni kaNkulunkulu.
1 kwabaseKorinte 2:4-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
futhi ukukhuluma nokushumayela kwami akubanga ngamazwi ahehayo obugagu, kodwa kwaba ngesibonakaliso sikaMoya nesamandla, ukuze ukukholwa kwenu kunganciki ekuhlakanipheni kwabantu, kodwa kume ngamandla kaNkulunkulu.
1 kwabaseKorinte 2:4-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
nokukhuluma kwami nokushumayela kwami akubanga ngamazwi okuhlakanipha ahungayo, kepha kwaba ngesibonakaliso sikaMoya nesamandla, ukuze ukukholwa kwenu kungemi ngokuhlakanipha kwabantu, kume ngamandla kaNkulunkulu.
1 kwabaseKorinte 2:4-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Nokukhuluma kwami nokushumayela kwami akubanga ngamazwi okuhlakanipha ahungayo, kepha kwaba ngesibonakaliso sikaMoya namandla; ukuze ukholo lwenu lungabi ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa lube semandleni kaNkulunkulu.