شعار YouVersion
الكتاب المقدسخططفيديوهات
إحصل على التطبيق
مُحدد اللغة
رمز البحث

آيات مشهورة من الكتاب المقدس منIzAga 2

1

IzAga 2:6

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha; emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqonda.

قارن

اكتشف IzAga 2:6

2

IzAga 2:1-5

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami, ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uthobisele ekuqondeni inhliziyo yakho, yebo, uma ukhala ngengqondo, uzwakalisa izwi lakho ngokuqonda, uma ukufuna njengesiliva, ukuphenya njengamagugu afihliweyo, khona uyakuqonda ukumesaba uJehova, ufumane ukumazi uNkulunkulu.

قارن

اكتشف IzAga 2:1-5

3

IzAga 2:7-8

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Uyabekela abaqotho isibusiso, uyihawu kwabahamba bengenacala, egcina izindlela zokulunga, elondoloza imikhondo yabathembekileyo bakhe.

قارن

اكتشف IzAga 2:7-8

4

IzAga 2:21-22

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngokuba abaqotho bayakuhlala ezweni, abapheleleyo basale kulo. Kepha ababi bayakunqunywa ezweni, nabambuluzayo bayakusishulwa kulo.

قارن

اكتشف IzAga 2:21-22

5

IzAga 2:16-17

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

ukuba wophulwe kowesifazane ondindayo nakuye owezizwe onamazwi athophayo, oshiya umngane wobusha bakhe, akhohlwe isivumelwano sikaNkulunkulu wakhe

قارن

اكتشف IzAga 2:16-17

خطط قرأة مجانية و مواضيع تعبدية ذات صلة بIzAga 2

الإصحاح السابق
الإصحاح التالي
YouVersion

تشجع للبحث عن علاقة حميمة مع الله كل يوم.

خدمة

حول‌

مهن

التطوع

المفكّرة

صحافة

روابط مفيدة

مساعدة

تبرع

اصدارات الكتاب المقدس

الأناجيل المسموعة

لغات الكتاب المقدس

آية اليوم


خدمة رقمية ل

Life.Church
العربية

©2026 Life.Church / YouVersion

سياسة الخصوصيةالشروط
برنامج الكشف عن نقاط الضعف
فيسبوكتويترالإنستجرامموقع يوتيوببينتيريست