Uhambo OluhleIsampula

The Great Adventure

USUKU 5 KWEZINGU- 15

Sikhonza uNkulunkulu olindele ukukhuluma nathi. Uyathanda ukusazi, futhi uyathanda ukuzwa ngathi. Umthandazo yikho okwenza lobo budlelwane bube khona. Namuhla, sizolalela iculo mayelana nalokho. 

Inselelo: kuleli sonto, zinike isikhathi sokulalela uNkulunkulu. Beka ifoni yakho kude, vala umsakazo noma i-TV, fika endaweni ethulile, futhi uhlele ukuthi uthule futhi ulalele nje imizuzu emihlanu.  

Mayelana naloluHlelo

The Great Adventure

Kuthiwani uma ukulandela uJesu kwakungasho ukuhlola izinto ezingokomoya kodwa empeleni ukwenza okuthile okujabulisayo? Ngale vidiyo yezinsuku eziyi-15 uhlelo lweBhayibheli olunezingxoxo, izingcezu zamagama akhulunywayo, izinkondlo, nezingoma, sizofunda ukuthi iziyalo zomkhuleko, ukuba nabantu abalungile ezimpilweni zethu, nokuphila ngentshiseko, kungasiholela ohambweni olukhulu yokwazi uNkulunkulu

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.life.church.tv/

Izinhlelo zohlobo olufanayo