Masifunde iBhayibheli ndawonye (uMbasa)

30 izinsuku
Ingxenye yesi-4 kuchungechunge lwezingu-12, loluhlelo luhola imiphakathi ekufundeni iBhayibheli lonke ndawonye ezinsukwini ezingu-365. Mema abanye ukuhlanganyela nawe ngaso sonke isikhathi uqala ingxenye entsha ngenyanga ngenyanga. Loluchungechunge lusebenza kahle ngeBhayibheli eliqoshwe ngomsindo - lalela imizuzu engaphansi kongu-20 ngosuku. Ingxenye ngayinye inezahluko zeTestamente eliDala neliSha, kuthi amaHubo achaphake kuzo zonke izingxenye. Ingxenye 4 iqukethe izincwadi ezingokukaMathewu, kanye nekaJobe.
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Okuningi okuvela ku- Life.ChurchIzinhlelo zohlobo olufanayo

Masifunde iBhayibheli ndawonye (uNhlaba)

Asifunde iBhayibheli sisonke (uNhlangulana)

Masifunde iBhayibheli ndawonye (uNtulikazi)

Asifunde iBhayibheli sisonke (August)

Asifunde iBhayibheli sisonke (September)

Asifunde iBhayibheli sisonke (uMfumfu)

Asifunde iBhayibheli sisonke (November)

Asifunde iBhayibheli sisonke (uZibandlela)
