Asifunde iBhayibheli sisonke (uNhlangulana)

Asifunde iBhayibheli sisonke (uNhlangulana)

30 izinsuku

Ingxenye yesi 6 kwezingu 12 eziwuchungechunge, leplani isiza imiphakathi ukufunda iBhayibheli lonke bebonke kwizinsuku eziwu 365. Mema abanye ukuba bakujoyine ngaso sonke isikhathi uqala enye ingxenye ngenyanga elandelayo. Loluchungechunge lisebenza kahle neBhayibheli elikhulumayo- lalela imizuzu engaphansi kuka 20 ngosuku! isahlako ngasinye sibandakanya izahluko zeThestamente elidala nelisha kanye namaHubo. ingxenye 6 inezincwadi ezinjengo Kwabase-Efesu, KwabaseFiliphu, KwabaseKolose, uJona, AbaHluleli, uRuther, kanye no 1kaSamuweli.

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo