Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula

LAYITHA IKHANDLELA
Silindele uMesiya!
Umkholwe futhi wamhlonipha kanjani uNkulunkulu izolo?
FUNDA UMBHALO
Isivumelwano no-Abrahama Sihlanganisa Nesithembiso Samakhosi
UGenesise 17:1-8
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
UNkulunkulu wathi amakhosi ayovela ku-Abrahama. Ungabala noma eyiphi yamakhosi akwa-Israyili? Uyazi ukuthi ubani obizwa ngeNkosi yamaKhosi? Usiyihambisile impilo yakho kwiNkosi uJesu?
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa umBhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Hlabelela, "Hark! The Herald Angels Sing." (Mamelani! Izingelosi Zesimemezelo Zicula)

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv