Imifanekiso KaJesuIsampula

AMATHALENILE
Umbuzo awukona ukuthi unemalini, ukuthi wenzani ngalokho onakho! Kulomfanekiso izinceku azinamlandu wokuthi mangaki amathalenta ezinikezwe wona ekuqaleni; banesibopho ngalokho abakwenzayo ngalawo mathalenta.
Yimaphi amathalente, iziphiwo, izifiso, iminyango evulekile, njll., uNkulunkulu akunike kona? Wenzani ngakho? Ngabe ulinde ukuthi kuvulwe iminyango eyengeziwe, imali eyengeziwe, abantu abengeziwe, isidingo esengeziwe ngaphambi kokwenza noma yini ngakho? Ingabe ubanjwe uvalo ngenxa yokwesaba ukuthi yini engase yenzeke uma ukubhedisa futhi konke kungahambi kahle?
UNkulunkulu ungubaba omuhle; akaphambanni lapho abantwana Bakhe bephuma ekukholweni ukuze basebenzise iziphiwo namathalenta abanikeze wona ngezinjongo zoMbuso. Ukuqondisa kwakhe kuza lapho silinda, mhlawumbe ngenxa yokwesaba noma ukulangazelela okwengeziwe, futhi sigcine singenzi lutho! Ungawavumeli amathalenta uNkulunkulu akunike wona ukuba afiphale namuhla - khuphuka uwasebenzisele uMbuso kaNkulunkulu!

Mayelana naloluHlelo

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!
More
We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo

Izimiso Zokusebenzisa Isikhathi Ezivela Ezwini LikaNkulunkulu

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani

Ukuqhubekisa ukuthula