Ukulawula Amathonya AbezindabaIsampula

Handling Media Influences

USUKU 19 KWEZINGU- 21

Umpetha wama-Olympic uphila kanjani ngokuhlukile kubantu abajwayelekilee? Yiziphi ezinye zezindlela okufanele siphile ngazo ngendlela ehlukile njengamaKristu ngoba sifuna ukuphilela uKristu? Kusho ukuthini ukunqoba le ndlela kamoya?

Mayelana naloluHlelo

Handling Media Influences

Esikubonayo nesikuzwayo kuthinta izinhliziyo nezingqondo zethu, futhi kulolonga isimo sethu sengqondo nezenzo zethu. Ingabe iBhayibheli linakho ngempela elikushoyo ngemithombo yezindaba engasungulwanga ngisho nangezikhathi zeBhayibheli? Yebo! Lolu hlelo lokufunda lusiphonsela inselelo yokuthi sisebenzise ngokugcwele ubuchwepheshe nemidiya kuyilapho sizivikela ethonyeni elibi elingaba khona. Kuhlanganisa okuqukethwe okungcwele, izindima zeBhayibheli, imibuzo yengxoxo, namavidiyo alungele izingane.

More

We would like to thank Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.life.church/kids