Ukulawula Amathonya AbezindabaIsampula

Wenzani umugqa wokuqondisa? Le ndima yeBhayibheli isenza kanjani sibe nomfanekiso wokulinganisa ukuphila kwethu ngezimisso zikaNkulunkulu?
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Esikubonayo nesikuzwayo kuthinta izinhliziyo nezingqondo zethu, futhi kulolonga isimo sethu sengqondo nezenzo zethu. Ingabe iBhayibheli linakho ngempela elikushoyo ngemithombo yezindaba engasungulwanga ngisho nangezikhathi zeBhayibheli? Yebo! Lolu hlelo lokufunda lusiphonsela inselelo yokuthi sisebenzise ngokugcwele ubuchwepheshe nemidiya kuyilapho sizivikela ethonyeni elibi elingaba khona. Kuhlanganisa okuqukethwe okungcwele, izindima zeBhayibheli, imibuzo yengxoxo, namavidiyo alungele izingane.
More
We would like to thank Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.life.church/kids