Fearless: A Six-Week Journey Isampula

Fearless: A Six-Week Journey

USUKU 85 KWEZINGU- 88

IVIKI 6: UKWABELANA NGOKUKHOLWA NGOKUNGESABI

AMANZI EZWI LAKHE
Funda kwabase-Efesu 2:1-10 futhi namuhla.

HAMBA NGEQINISO
Chitha isikhathi namuhla ubhala imithandazo yakho uthandazela abantu iNkosi ebabeke empilweni yakho. Bhala imithandazo yakho kafushane ukuze ukwazi ukuyithandaza kalula masonto onke. Futhi thandazela amathuba okwabelana ngevangeli nalabo ongabazi. Cela iNkosi ukuthi ikusize uphile ukholo lwakho ngokungesabi, ngokwethembeka, ngokukhululeka, nangokunuka kamnandi! Mcele ukuthi akusize ube yiphunga elimnandi, elihehayo kulabo abaseduze kwakho. Thanda iNkosi yakho futhi niyijabulele ndawonye nizokwazi ukuyiletha iphila kulabo abangakaze bamazi!

GXILiSA AMEHLO ENHLIZIYO YAKHO
Mangaki amavesi okugxilwe kuwo ezinsukwini ezintathu ezedlule owazi ngekhanda (noma ongakwazi ukuwakhumbula)? Ungaqhubeka nokuzijwayeza ukuphila ngokwethembeka nangokungesabi! Zingaki izimpilo ezingathonywa yimpilo eyodwa eshintshile?

Wenziwe Ngomfanekiso KaNkulunkulu - UGenesise 1:27
Isono Nokufa - KwabaseRoma 5:12
Izitha zikaNkulunkulu - KwabaseKolose 1:21
Waba Isono - 2 KwabaseKorinte 5:21
Vuma futhi Umemezele - KwabaseRoma 10: 9-10
Hamba Ngendlela Efanelekayo - KwabaseKolose 1:10
Hamba wenze Abafundi - NgokukaMathewu 28:19-20
Iphakade noNkulunkulu - NgokukaJohane 3:16

Mayelana naloluHlelo

Fearless: A Six-Week Journey

Learn how to move beyond the fear that overwhelms you and holds you back in your faith and enjoy a whole new life of freedom, fearlessness, and effectiveness in your life and witness! Ideal for busy moms, single women, and college students.

More

We would like to thank Thistlebend Ministries and author Laurie Aker for providing this plan. For more information, please visit: www.thistlebendcottage.org