Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 2 KWEZINGU- 35

Ukulwa nemicabango yakho enobuthi, kumele uyibone futhi uyenqabe. Njengoba ku-2 KwabaseKorinte 10 sitshelwa, impi ebhekene nemicabango yethu enobuthi ayifani nezinye. Akuyona impi engokwenyama, kodwa kunalokho impi engokomoya efuna usizo lukaNkulunkulu ekuyilweni.

Yiziphi ezinye zezimbangela zemicabango ezinobuthi empilweni yakho?

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv