Imininingwane ngohlelo

Ukubuyiselwa: Uhlelo LweBhayibheli lwe-DeluxeIsampula

Restoration: Deluxe Bible Plan

USUKU 8 KWEZINGU- 18

Usuku 8: NgoMgqibelo Ebusuku



“Ngiyazi ukuthi ubucabanga ukuthi uyaphila


Kodwa ubuphupha sonke lesi sikhathi


Yebo Ngakho vuka vuka vuka”


Uke waqaphela ukuthi awazi ukuthi ulala uze uvuke? Uma wethemba uJesu, uyabona ukuthi kade ulele, kodwa ubuye uphaphame futhi uyaphila. 


Uma uphapheme, uyakwazi ukuqonda ukuthi izinto zomhlaba ngeke zikunike ukwaneliseka okudingayo ngempela. Uyakwazi ukubona ukuthi imiklomelo nokugqama akukhiphi ukukhanya okufanayo nokuthi ungakwazi ukukala impumelelo yakho kuJesu, owakufela esiphambanweni. 


Ngakho phuma namuhla nazi ukuthi ningabemini, anisibobusuku, anilele kodwa niphila kuKristu.


Umthandazo: Nkulunkulu ngiyabonga ngokungivusa namuhla. Ngiyakhuleka ukuthi ungisize ngibone izinto ngendlela ozibona ngayo futhi ungiqondise ekuqondeni angidingi ukukala impumelelo ngendlela umhlaba owenza ngayo.


Usuku 7Usuku 9

Mayelana naloluHlelo

Restoration: Deluxe Bible Plan

Thatha isinyathelo ngaphakathi kokuzindla komuntu siqu mayelana Nokubuyiselwa ukuze uthole ulwazi mayelana nokwakha ukusondelana okujulile noNkulunkulu phakathi kobuhlungu nokwephuka. Manje kufake phakathi okusha okuquke...

More

Sithanda ukubonga i-Reach Records ngokusinikeza loluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://lecrae.com/bio

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo