UkuqalaIsampula

60 to Start

USUKU 4 KWEZINGU- 60

"Usithethelele amacala ethu, njengoba nathi sibathethelela abanamacala kithi."

Nkosi ngicela igazi lakho lingihlanze ungixolele. Ngicela ungiphenye ubheke noma yisiphi isono noma indlela engikone ngayo. (Yima kancane bese ucela uNkulunkulu embule isono sangamabomu nesingenhloso) Jesu, ngiyasivuma isono sami kuwe.

Nkosi, ngikhetha ukuthethelela noma ubani ongonile.

Ngikhetha ukungaphindi ngilungise icala noma ngiziphindiselele kulowo ongonile.

Jesu, ngiyabonga ngesihawu sakho. Ngomusa wakho ngizohamba othandweni.

Mayelana naloluHlelo

60 to Start

Uhlelo lwezinsuku ezingamashumi ayisithupha olwakhelwe ukukusiza ukuthi uqale (noma uqale kabusha) ubudlelwane bakho noJesu. Uzokwenza izinto ezintathu nsuku zonke: Hlangana noJesu emavangelini, funda ezincwadini ukuthi abalandeli Bakhe bawufeza kanjani umyalezo Wakhe, futhi ukhule eduze Naye ngomthandazo.

More

Sithanda ukubonga i-Trinity new Life Church ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: www.trinitynewlife.com