Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula

Izazi zazingamadoda avelele avela eMpumalanga ahamba ibanga elide ukuhlonipha uJesu emva kokuzalwa kwakhe. Balandele inkanyezi eyagcina ibaholele enganeni kaKristu.
Thatha izingane zakho ohambweni kulo lonke ikhaya lakho, useshe inkanyezi efihliwe egumbini ngalinye. Lokhu kungaba imihlobiso yezinkanyezi, izitika noma izinkanyezi ezidwetshiwe ephepheni. Phetha ukusesha kwakho phambi kwesihlahla sakho sikaKhisimusi, bese ucabanga ukuvumela ingane ngayinye ukuthi ibeke inkanyezi ayithandayo esihlahleni njengophawu lohambo lwakho (kanye neZazi).
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
Sithanda ukubonga i Focus on the Family and thrivingfamily.com ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thrivingfamily.com/advent