Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula

28 Days to Christmas

USUKU 10 KWEZINGU- 29

Faka indwangu yokugeza endishini egcwele amanzi. Cela izingane zakho zishintshane ngokumanzisa indwangu bese ziyikhama ingilazi engenalutho. Ngubani ongakhama amanzi amaningi? Manje beka idwala elincane ezansi kwesitsha. Buza izingane zakho ukuthi kungadinga amandla anjani ukukhipha amanzi edwaleni.

Ngenkathi uNkulunkulu enikeza ama-Israyeli amanzi ehlane, wayenikeza abantu baKhe isifundo ngamandla Akhe. Wayephinde anikeze isithombe sendlela uJesu ngolunye usuku ayeyozanelisa ngayo izidingo zethu. Ujesu, iDwala, wanelisa ukoma kwethu okungokomoya.

Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

Mayelana naloluHlelo

28 Days to Christmas

Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!

More

Sithanda ukubonga i Focus on the Family and thrivingfamily.com ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thrivingfamily.com/advent