I-Testamente Elisha ngezinsuku ezingu-90Isampula

The New Testament in 90 Days

USUKU 58 KWEZINGU- 90

Isingeniso kwabaseFilipi

UPawulu wakhonza eFilipi futhi cishe wabhala lencwadi ekupheleni kwesikhathi sakhe ejele cishe ngo-A.D. 60-61. Le ncwadi ihlukile ngoba uPawulu wayengakhulumi ngezinkinga leli bandla elalibhekene nazo kodwa kunalokho, wayebakhuthaza ngokuzwakalisa ukwazisa kwakhe ngabo. Amakholwa aseFilipi amsiza uPawulu ngokwezinto ezibonakalayo ngaphezu kwanoma yiliphi elinye ibandla. Ngokusobala wayenothando olujulile ngaleli bandla futhi wakuveza kuyo yonke incwadi yakhe ayeyibhalele lona. 

Mayelana naloluHlelo

The New Testament in 90 Days

Hamba ezahlukweni ezingu-260 zeTestamente Elisha ezinsukwini ezingu-90 ezilandelayo. Kusukela evangelini likaMathewu, uMarku, uLuka, noJohane, kuze kufike encwadini yokugcina yeSambulo, uNkulunkulu uzokhuluma nawe kuzo zonke izimfundiso zalabo abaguqulwa uMsindisi wethu.

More

Lolu hlelo lweBhayibheli lokuqala lwakhiwa futhi lwahlinzekwa yi-YouVersion.