I-Testamente Elisha ngezinsuku ezingu-90Isampula

Isingeniso kuLuka
ULuka nguye yedwa umbhali wevangeli owayengeyena umJuda. Wayeyikholwa lamaGreki noweZizwe, futhi engudokotela. Wayengeyena omunye wabafundi bakaJesu abawu-12 kodwa wayengumngani womphostoli uPawulu. Wabhala lencwadi eseRoma, cishe ngo-A.D. 60 futhi ikakhulukazi kuTheophilus, umhlonishwa waseRoma.
ULuka ugcizelela indima ebalulekile eyafezwa abesifazane okholweni. Ivangeli likaLuka alilona nje kuphela elide kunawo wonke amavangeli amane, kodwa futhi yilona elide kunawo wonke eTestamenteni Elisha. Wabhala ngemininingwane emangalisayo. Uluka wachitha isikhathi esiningi noPawulu, owayehlanganyela namaJuda nabangewona amaJuda. Incwadi kaLuka inohlelo olulandelayo, okuyizEnzo.
Mayelana naloluHlelo

Hamba ezahlukweni ezingu-260 zeTestamente Elisha ezinsukwini ezingu-90 ezilandelayo. Kusukela evangelini likaMathewu, uMarku, uLuka, noJohane, kuze kufike encwadini yokugcina yeSambulo, uNkulunkulu uzokhuluma nawe kuzo zonke izimfundiso zalabo abaguqulwa uMsindisi wethu.
More