Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 9 KWEZINGU- 30

Ngenkathi uNkulunkulu ezifihla kuJesu Kristu ngenhloso yokususa isono, abantu ababonanga lutho olulangazelekayo kuye. Kodwa lapho inhliziyo yesoni isifinyelelwa, lokho kuyisimo senhliziyo nengqondo ekwazi ukuqonda ukuthi kungani kwakudingekile ukuba uNkulunkulu azifihle kuJesu. Isimo esibi kunazo zonke umuntu angase abe kuso ukuthi engakaze azibone nakanye eneson, konke kuyinjabulo nokuthula, kodwa efile gokuphelele ezingeni lezinto ezimelwe ngu Jesu.

Iningi lethu alijullei, asizikhathazi ngezinto eziyiqiniso. Sithathwa ngukunethezeka kwangempela, ngokukhululeka nokuthula, bese kuthi lapho kufika uMoya kaNkulunkulu uphazamisa ukusimama kwempilo yethu sikhetha ukukuziba lokho akuvezayo.

Imibuzo Yokuzindla: Kungani ukuthula okungafanelekile kuyingozi kangaka? Kungani ukuthula okulula kuba okwesikhashana? Kungani ukuthokomala kuyisitha sokuthula?

Izicaphuno zithathwe ku-Bringing Sons into Glory and The Psychology of Redemption, © Discovery House Publishers

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv