Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Ukuthula kuka Kristu kuyafana nendalo Yakhe, kanti nomsebenzi walokho kuthula kwavezwa empilweni yeNkosi Yethu emhlabeni. uNkulunkulu woxolo oSingcwelisa ngokuphelele. Isipho sokuthula sikaKristu sangaphakathi; umbutho kaNkulunkulu wangaphandl, mase kudinga ukuba ngibone ukuthi ngiyakwamukela yini ukuthula kukaNkulunkulu ukuba kulawule konke engikwenzayo, yilapho isibophezelo sami singena khona - "Ukuthula kukaKristu makubuse ezinhliziyweni zenu."
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv