bible icon

Letha amandla ohlelo lokusebenza lwebhayibheli ezinkonzweni zakho zesonto.

Yonke into ibandla lakho eliyidingayo ukuze lihlangenyele nomlayezo wakho, kanye nokwabela nabanye. Kumahhala, ukudingi phepha, kanti sekufakwe kwizigidi zezinsiza zokuxhumana.

Siza umphakathi wakho uthole okuthe xaxa kwimilayezo yakho.

Abathameli bangalandela, bahlanganyele emiBhalweni, babhale imibono, futhi babeke imikopisho ngokwabo ukuze babuyekeze ngelinye ilanga.

Okwakho okuqukethwe ku-smartphone yabo.

Umlayezo uyaveza, izimemezelo, ama-linki okunikela kwi-intanethi... noma yini ofuna ukuyixoxisana nebandla lakho, yabelana ngakho konke — 100% mahhala.

Hola abantu bakho ngokujula eBhayibhelini.

Ncoma iZinhlelo zokuFunda nokuZinikele okuzogcina umphakathi wakho uxhumene nomBhalo iviki lonke.

iphone-header
iphone-screen
iphone-footer

Ukuba namandla akuchazi ukuthi kusho ubulikhuni.

Yenza iMicimbi kalula kunoma iyiphi i-Mac noma i-Khompiyutha exhunywe ku-intanethi. Vele udonse bese-ubeka imicimbi yakho endaweni, uyihlele kabusha, uyibuyekeze, uyishintsha shintshe njengoba uhamba.

  • Ukuba namandla akuchazi ukuthi kusho ubulikhuni.

Zonke izimfanelo zokwakha ozidingayo... ukwenza ncamashi iMicimbi oyifunayo.

Amamojula aguqukayo onga isikhathi nemizamo. Hlanganisa izinto ukudala Imicimbi emisha kusuka ekuqaleni. Noma usebenzise kabusha Imicimbi yakho ekhona bese uyishintsha njengokudingekile. Noma ukopisha Imicimbi ekhona bese uyishintsha ukuze ihambisane nezinhlobo ezahlukene zemibuthano. Kuyo yonke le ndlela, ukubuka kuqala kukuvumela ukuthi ubone okuqukethwe kwakho komcimbi njengoba abalandeli bakho bezokwenza.

Imojuli YemibhaloImojuli Yemibhalo

Uhlu, amaphuzu amqoka, imibuzo yengxoxo… Yabelana nanoma yikuphi okuqukethwe kombhalo okuzosiza ababekhona ukuthi balandele kanye nomyalezo wakho njengoba kwenzeka.

Izinkomba ZeBhayibheliIzinkomba ZeBhayibheli

Bonisa izigaba lapho umlayezo wakho ubhekisela kuzo, zixhunywe kunoma yiluphi lwezinguqulo 2400+ zohlelo lokusebenza leBhayibheli, ngezilimi 1600+ — akudingeki ukukopisha noma ukunamathisela.

Imojuli yoHlelo YokufundaImojuli yoHlelo Yokufunda

Xhuma kwizinhlelo zeBhayibheli kanye nokuzinikela okuhlobene namaphuzu akho okufundisa, usize izilaleli zakho ziqhubeke nokuzibandakanya neZwi likaNkulunkulu phakathi nesonto lonke.

Imojuli yokuXhumanisa iwebhuImojuli yokuXhumanisa iwebhu

Beka izithameli zakho eduze ngokuthepha kuphela okukodwa ekunikezeni nge-inthanethi, ukubhalisa ngokuzinikela, noma amakhasi asekhaya ebandla. Beka isixhumanisi kunoma yisiphi isayithi langaphandle ngqo ngaphakathi koMcimbi wakho.

Imojuli YesithombeImojuli Yesithombe

Yenza umcimbi wakho uphile ngochungechunge lobuciko, izithombe, iVidiyo Izithombe, nokuningi. Abahambeli bangabelana kalula ngezithombe zoMcimbi ezinkundleni zokuxhumana, besabalalisa umlayezo wakho kabanzi.

Isimemezelo SemojuliIsimemezelo Semojuli

Sabalalisa kalula yonke imininingwane yakho efike ngesikhathi, ebalulekile: izindaba zesonto, imicimbi yekhalenda, izinhlelo, amakilasi, amathuba wokuvolontiya kanye nomsebenzi, nokuningi.

Izindawo nezikhathiIzindawo nezikhathi

Vumela abantu bazi ukuthi umcimbi wakho wenzeka kuphi futhi nini - ngisho neMicimbi eyenzeka ngezikhathi eziningi nezindawo.

Imicimbi ephindayoImicimbi ephindayo

Gcina isikhathi namandla. Ngokushesha yenza Imicimbi emisha ngokukopisha esivele ikhona futhi uyiguqule ngolwazi olusha.

Ukonga IzindlekoUkonga Izindleko

Yonga imali ngokuprinta futhi usebenzise iphepha elincane… noma nje ufinyelela kubantu ngepulatifomu ngokufakwa okungaphezulu kwezigidi ezingu-200.

piggy-bank-image
Isonto elijwayelekile lisebenzisa u- $ 10,000 ngonyaka
kuma-bulethini. Imicimbi ikusiza ukususa noma
ngisho ukuqeda lezo zindleko.

Ubufakazi

UMfundisi uBill White

“Sijabule kakhulu ukusebenzisa i-YouVersion enkonzweni yethu, ikakhulukazi isigaba sezeMicimbi, lapho sifaka khona amanothi wokufundisa nokuphawula kweviki ngalinye. Abantu bakithi bayakwazisa ukuthi babe namanothi ezandleni zabo, babelane futhi bawagcine. Sibuyisele izinkulungwane zamaRandi kwezinye izidingo zenkonzo ngokususa izinhlelo eziphrintiwe! ”

UMfundisi uBill White
I-Christ Journey Church

UMfundisi uHerbert Cooper

“Imicimbi ye-YouVersion iyinsiza ebalulekile yomndeni wethu wesonto. Amandla abantu bakithi ukulandela kanye namanothi ezintshumayelo nemiBhalo ngesikhathi semiyalezo yethu kudala ukuzibandakanya okunamandla nomthelela. ”

UMfundisi uHerbert Cooper
I-People’s Church

UCindy Beall

“Sisebenzisa Imicimbi yazo zonke izikhathi zethu, sivumela ababekhona ukuthi babe namanothi nemiBhalo evela kwizikhulumi eziphambi kwabo. Imicimbi ilonde ukuphrinta izinkulungwane zamakhasi! Ukusetha umcimbi kulula kakhulu, futhi kuvame ukushicilelwa ngesikhathi esifanele esikudinga ngaso. ”

UCindy Beall
Ukuhola noku Thanda koMqondisi wezoku Qeqesha

bible icon

Imicimbi yintsha, imahhala ngokuphelele, futhi kuhlelo lokusebenza lweBhayibheli kuphela.

Uguquko ngokuzibandakanya neBhayibheli lwenzeka ngesikhathini sethu sokuphila. Kufakwe kumadivayisi akhethekile angaphezu kwesigidi ezingu- 750 kuze kube manje (kusabalwa), uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lusiza abantu kuwo wonke amazwe emhlabeni ukuxhumana kakhulu neZwi likaNkulunkulu. Futhi manje, ngezeMicimbi, sijabule ukukunikeza ukufinyelela kwalelo banga kuwe.

  • app store
  • google playstore

Ake siqale.

Hlela umcimbi wakho wokuqala ulungele ukuhlanganyela kuhlelo lokusebenza lweBhayibheli ngaphansi kwemizuzu eyishumi. Konke okudingayo yi-Mac noma i-PC ne-akhawunti ye-YouVersion yamahhala.

Qala umcimbi