KwabaseRoma 3:9 - Compare All Versions

KwabaseRoma 3:9 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Pho? thina singcono kunabo na? Qha, nakanye; ngokuba sesiwabonisile ngaphambili amaJuda nabezizwe ukuthi bonke baphansi kwesono

KwabaseRoma 3:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Singabuye sithini na? Sibadlula ngani na? Ngalutho, ngokuba sesivele sahlulele ukuthi bonke abaJuda namaGriki baphansi kwamandla esono

KwabaseRoma 3:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kunjani kanti? Siyabadlula na? Qha nakanye, ngokuba bese sibamangalele abaJuda namaGreki ngokuthi bonke baphansi kwesono

KwabaseRoma 3:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Pho? thina singcono kunabo na? Qha, nakanye; ngokuba sesiwabonisile ngaphambili amaJuda nabezizwe ukuthi bonke baphansi kwesono