KwabaseRoma 3:7 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
KwabaseRoma 3:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu lavama ngamanga ami, kube yinkazimulo yakhe, ngisahlulelelwani futhi mina njengesoni na?
KwabaseRoma 3:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu livama ngenxa yamanga ami, kube yinkazimulo kuye, pho ngisahlulelelwani mina njengesoni na?
KwabaseRoma 3:7 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?
KwabaseRoma 3:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?