AmaHubo 23:6
AmaHubo 23:6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Impela okuhle nomusa kuyohlala kungilandela imihla yonke yokuphila kwami. Ngiyohlala endlini kaSimakade kuze kube phakade.
Dlulisela
Funda AmaHubo 23AmaHubo 23:6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Impela okuhle nomusa kuyakungilandela imihla yonke yokuphila kwami; ngiyakuhlala endlini kaJehova kuze kube phakade.
Dlulisela
Funda AmaHubo 23