NgokukaMathewu 1:6-17
NgokukaMathewu 1:6-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
UJese wazala uDavide inkosi; uDavide inkosi wazala uSolomoni ngumka-Uriya; USolomoni wazala uRehobowamu; uRehobowamu wazala uAbhiya; uAbhiya wazala uAsa; U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya; U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya; uHezekiya wazala uManase; uManase wazala u-Amoni; u-Amoni wazala uJosiya; uJosiya wazala uJekoniya nabafowabo, ngesikhathi sokuthunjelwa kwabo eBhabhiloni. Emva kokuthunjelwa eBabele, uJekoniya wazala uSalatiyeli; uSalatiyeli wazala uZorubhabheli; USorobhabheli wazala u-Abiyudi; u-Abiyudi wazala u-Eliyakimi; u-Eliyakimi wazala u-Azore; u-Azore wazala uSadoki; uSadoki wazala uAkimi; u-Akimi wazala u-Eliyudi; u-Eliyudi wazala u-Eleyazare; u-Eleyazare wazala uMathani; uMathani wazala uJakobe; uJakobe wazala uJosefa indoda kaMariya, okwazalwa ngaye uJesu, othiwa uKristu. Zonke izizukulwane ezisukela ku-Abrahama ziye kuDavide ziyizizukulwane eziyishumi nane; nezisukela kuDavide kuze kube sekuthunjelweni eBabiloni ziyizizukulwane eziyishumi nane; futhi kusukela ekuthunjelweni eBhabhiloni kuze kufike kuKristu ziyizizukulwane eziyishumi nane.
NgokukaMathewu 1:6-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya; uSolomoni wazala uRehobhowamu, uRehobhowamu wazala u-Abiya, u-Abiya wazala u-Asafa; u-Asafa wazala uJehoshafathi, uJehoshafathi wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Uziya; u-Uziya wazala uJothamu, uJothamu wazala u-Ahazi, u-Ahazi wazala uHezekiya; uHezekiya wazala uManase, uManase wazala u-Amoni, u-Amoni wazala uJosiya; uJosiya wazala uJekhoniya nabafowabo ngesikhathi abakwa-Israyeli bethunjelwa eBhabhiloni. Kwathi sebethunjelwe eBhabhiloni; uJekhoniya wazala uSalithiyeli, uSalithiyeli wazala uZerubhabhele; uZerubhabhele wazala u-Abhiyudi, u-Abhiyudi wazala u-Eliyakhimi, u-Eliyakhimi wazala u-Azori; u-Azori wazala uZadoki, uZadoki wazala u-Akhimi, u-Akhimi wazala u-Eliyudi; u-Eliyudi wazala u-Eleyazare, u-Eleyazare wazala uMathani, uMathani wazala uJakobe; uJakobe wazala uJosefa, indoda kaMariya; yena wazala uJesu okuthiwa uKhristu. Zinjalo-ke izizukulwane zonke kusukela ku-Abhrahama kuya kuDavide; ziyizizukulwane ezili-14; ezisukela kuDavide kuze kube yisikhathi sokuthunjelwa eBhabhiloni, ziyizizukulwane ezili-14; nezisukela esikhathini sokuthunjelwa eBhabhiloni kuze kube yisikhathi sikaKhristu, ziyizizukulwane ezili-14.
NgokukaMathewu 1:6-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya; uSolomoni wazala uRobowamu, uRobowamu wazala u-Abiya, u-Abiya wazala u-Asafa; u-Asafa wazala uJosafati, uJosafati wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Oziya; u-Oziya wazala uJothamu, uJothamu wazala u-Akazi, u-Akazi wazala uHezekiya; uHezekiya wazala uManase, uManase wazala u-Amoni, u-Amoni wazala uJosiya; uJosiya wazala uJekoniya nabafowabo ngesikhathi sokuthunjelwa eBabiloni. Kwathi emva kokuthunjelwa eBabiloni uJekoniya wazala uSalatiyeli, uSalatiyeli wazala uZorobabeli; uZorobabeli wazala u-Abiyudi, u-Abiyudi wazala u-Eliyakimi, u-Eliyakimi wazala u-Azori; u-Azori wazala uSadoki, uSadoki wazala u-Akimi, u-Akimi wazala u-Eliyudi; u-Eliyudi wazala u-Eleyazare, u-Eleyazare wazala uMathani, uMathani wazala uJakobe; uJakobe wazala uJosefa, indoda kaMariya, azalwa nguye uJesu othiwa uKristu. Zinjalo-ke izizukulwane zonke ezisukela ku-Abrahama ziye kuDavide, ziyizizukulwane eziyishumi nane; nezisukela kuDavide ziye ekuthunjelweni eBabiloni ziyizizukulwane eziyishumi nane; nezisukela ekuthunjelweni eBabiloni ziye kuKristu ziyizizukulwane eziyishumi nane.
NgokukaMathewu 1:6-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)