I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

ULevitikusi 13:45-46

ULevitikusi 13:45-46 IsiZulu 2020 (ZUL20)

“Umuntu onesifo sochoko ziyakuklejulwa izingubo zakhe, ikhanda lakhe linganakwa, awamboze amadevu, akhale athi: ‘Ngingcolile! Ngingcolile!’ Ungcolile ngaso sonke isikhathi. Uyohlala yedwa endlini yakhe engaphandle kwenkambu.

Dlulisela
Funda ULevitikusi 13

ULevitikusi 13:45-46 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

“Onochoko esikuye isifo, maziklejulwe izingubo zakhe, zithukululwe izinwele zakhe, amboze amadevu akhe, akhale athi: ‘Ngingcolile! Ngingcolile!’ Zonke izinsuku isifo sisekuye uyakuba ngongcolile; ungcolile; uyakuhlala yedwa; indawo yokuhlala kwakhe iyakuba ngaphandle kwekamu.*

Dlulisela
Funda ULevitikusi 13

ULevitikusi 13:45-46 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Lowo onochoko esikuye isifo, kumelwe aklebhule izingubo zakhe, akhumule ikhanda lakhe, futhi kumelwe amboze udebe lwakhe lwangaphezulu, akhale athi: “Ngingcolile, ngingcolile! Zonke izinsuku isifo sisekuye, uyakuba ngongcolile; ungcolile; uzohlala yedwa; ngaphandle kwekamu kuyakuba yindawo yakhe yokuhlala.

Dlulisela
Funda ULevitikusi 13
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo