UJobe 11:13-15 - Compare All Versions
UJobe 11:13-15 ZUL20 (IsiZulu 2020)
“Uma uqondisa kahle inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye, uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho, impela uyakubuphakamisa ubuso bakho ungenamahloni, uyokuma uqine, ungenakwesaba.
Dlulisela
UJobe 11 ZUL20UJobe 11:13-15 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulele izandla zakho kuye; uma udedisele kude ukona okusesandleni sakho, ungahlalisi ububi ematendeni akho, khona uyakuphakamisa ubuso bakho ungenamahloni, uqine, ungesabi.
Dlulisela
UJobe 11 ZUL59UJobe 11:13-15 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye; Uma ububi busesandleni sakho, bubeke kude, kungahlali ububi ematendeni akho. Ngoba ngalesosikhathi uzaphakamisa ubuso bakho bungelasici; yebo, kufanele niqine futhi ningesabi
Dlulisela
UJobe 11 CZB24