EkaJakobe 1:23-24
EkaJakobe 1:23-24 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi, engeyena umenzi, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo engilazini; Ngokuba uyazibuka, asuke, akhohlwe masinyane ukuthi ubengumuntu onjani.
Dlulisela
Funda EkaJakobe 1EkaJakobe 1:23-24 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi, engesiye olenzayo, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo esibukweni; uyazibuka, athi angahamba, akhohlwe masinyane ukuthi ubenjani.
Dlulisela
Funda EkaJakobe 1EkaJakobe 1:23-24 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi engesiye olenzayo, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo esibukweni; ngokuba uyazibuka, amuke, akhohlwe masinyane ukuthi wayengonjani.
Dlulisela
Funda EkaJakobe 1