U-Isaya 53:8 - Compare All Versions

U-Isaya 53:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Yasuswa ekucindezelweni nasekwehlulelweni. Ngubani esizukulwaneni sayo owacabanga ukuthi yanqunywa ezweni labaphilayo, ishayiwe ngesiphambeko sabantu bami na?

U-Isaya 53:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Yasuswa ekucindezelweni nasekwahlulelweni; ngubani esizukulwaneni sayo owacabanga ukuthi yahlwithwa ezweni labaphilayo, ishaywa ngesiphambeko sabantu bami, na?

U-Isaya 53:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wasuswa etilongweni nasekwahlulelweni; futhi ngubani ongamemezela ubulili bakhe? ngoba waqunywa elizweni labaphilayo; ngenxa yesiphambeko sabantu bami washaywa.