UHezekeli 39:28 - Compare All Versions

UHezekeli 39:28 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Bayakukwazi ukuthi nginguSimakade uNkulunkulu wabo, ngabayisa ekuthunjweni, ngiyakubaqoqa ukuba babuyele ezweni lakubo, futhi angiyukushiya noyedwa lapho

UHezekeli 39:28 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Bayakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wabo ngokubathumba kwami phakathi kwezizwe, nangokuba ngababutha ezweni lakubo; angisayikushiya muntu wabo khona

UHezekeli 39:28 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Bayakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wabo owabayisa ekudingisweni phakathi kwezizwe