UHezekeli 38:16 - Compare All Versions
UHezekeli 38:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Uyakukhuphukela khona ukuba uthelekele abantu bami u-Israyeli, njengefu lisibekela izwe. Kuyakuthi ngezinsuku ezizayo ngikuyise kubantu bami, ukuze izizwe zazi lapho ngizibonakalisa ngawe, Gogi, ukuthi ngingcwele, ziyakuzibonela ngawazo amehlo.”
Dlulisela
UHezekeli 38 ZUL20UHezekeli 38:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ukhuphukele ukulwa nabantu bami u-Israyeli njengefu lokusibekela izwe; kuyakuthi ngezinsuku ezizayo ngikuyise kubantu bami ukuze izizwe zingazi, lapho ngizingcwelisa ngawe Gogi emehlweni azo.
Dlulisela
UHezekeli 38 ZUL59UHezekeli 38:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Uyakukhuphukela kubantu bami u-Israyeli njengefu lisibekele izwe; kuyakuthi ekupheleni kwezinsuku, ngikulethe umelane nezwe lami, ukuze izizwe zingazi, lapho ngiya sengcweliswa kuwe, Gogi, phambi kwamehlo azo.
Dlulisela
UHezekeli 38 CZB24