I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

U-Eksodusi 12:26-27

U-Eksodusi 12:26-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Kuyothi lapho abantwana benu benibuza, bethi: ‘Kuchazani ukugujwa kwalo mkhosi na?’ Niyothi: ‘Ngumhlatshelo wephasika likaSimakade, ngokuba wazedlula izindlu zabakwa-Israyeli eGibhithe, mzukwane ebulala abaseGibhithe, kodwa wazeqa izindlu zethu.’ ” Abantu bakhothama badumisa.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 12

U-Eksodusi 12:26-27 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Kuyakuthi nxa abantwana benu besho kini, bethi: ‘Iyini le nkonzo kini na?’ nithi: ‘Kungumhlatshelo wephasika likaJehova owadlula kuzo izindlu zabantwana bakwa-Israyeli mhla ebulala abaseGibithe, ezophula izindlu zethu.’ ” Abantu bakhothama, bakhuleka.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 12

U-Eksodusi 12:26-27 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Kuyakuthi lapho abantwana benu bethi kini: Ithini le nkonzo na? nithi: Lona ungumhlatshelo wephasika likaJehova owadlula ngasezindlini zabantwana bakwa-Israyeli eGibithe lapho enqoba abaseGibithe, esindisa izindlu zethu. Abantu bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 12
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo