Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 9:3 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 9:3 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Zonke izikhulu zezifunda, nawothulasizwe, nababusi, nabenza umsebenzi wenkosi, babasiza abaJuda, ngokuba babehlelwe yingebhe ngoMoridekayi.

U-Esteri 9:3 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Bonke ababusi bezifundazwe, iziphathimandla, izikhulu, ababusi nabaphathi benkosi beseka abaJuda, ngokuba nabo base bengenwe ngukwesaba uMoridekhayi.

U-Esteri 9:3 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Bonke ababusi bezifunda, nezinduna, nezikhulu, nezikhulu zenkosi babasiza abaJuda; ngoba ukwesaba uMoridekayi kwabehlela.