Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 7:4 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 7:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

ngokuba kuthengisiwe ngathi, mina nesizwe sakithi, ukuba sichithwe, sibulawe, sibhubhe. Uma bekuthengisiwe ngathi sibe yizigqila nezigqilakazi kuphela, ngabe ngithulile, ngokuba usizi lwethu alwanele ukuba sisinde inkosi.”

U-Esteri 7:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngokuba mina nabantu bakithi sithengisiwe, sizobulawa, sibhujiswe, siqedwe nya. Ukuba besithengisiwe sayoba yizigqila bengizozithulela, ngokuba leyo nkathazo ibingeke iyilimaze inkosi.”

U-Esteri 7:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba sithengisiwe, mina nabantu bami, ukuba sibhujiswe, sibulawe, sibhubhe. Kodwa uma sithengiswa sibe yizigqila nezigqilakazi, ngangithula ulimi lwami, nakuba isitha sasingenakubuyisela umonakalo wenkosi.