I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UmShumayeli 4:9-12

UmShumayeli 4:9-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Ababili bangcono kunoyedwa, ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, bayavusana; maye kulowo oyedwa, nxa ewa akanaye ongamvusa! Uma ababili belala ndawonye bayafudumala, uma umuntu eyedwa angafudumala kanjani na? Noma umuntu oyedwa engehlulwa, nxa bebabili bangazivikela. Intambo emicu mithathu ayigqabuki kalula.

Dlulisela
Funda UmShumayeli 4

UmShumayeli 4:9-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Kungcono ababili kunoyedwa, ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, omunye uyavusa umngane wakhe; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa! Futhi uma ababili belele ndawonye, banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na? Nakuba umuntu ahlula oyedwa, ababili bayakuma phambi kwakhe, nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.

Dlulisela
Funda UmShumayeli 4

UmShumayeli 4:9-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ababili bangcono kunoyedwa; ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, omunye uyakuthabatha umngane wakhe; kepha maye koyedwa uma ewa; ngoba kalamuntu ongamphakamisa. Futhi uma ababili belele ndawonye, bayakushisa; kodwa umuntu eyedwa angafudumala kanjani na? Uma umuntu emnqoba, ababili bayakumphikisa; nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.

Dlulisela
Funda UmShumayeli 4

UmShumayeli 4:9-12

UmShumayeli 4:9-12 ZUL59UmShumayeli 4:9-12 ZUL59
Dlulisela
Funda isahluko esiphelele
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo