UmShumayeli 4:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UmShumayeli 4:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngase ngibusisa abafileyo asebafa kunabaphilayo abasekhona
UmShumayeli 4:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngacabanga ukuthi asebefile bangcono kunalabo abasaphila
UmShumayeli 4:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngalokho ngabancoma abafileyo asebefile kakade kunabaphilayo abasekhona namanje.