Yeqela kokuqukethwe

2 kwabaseThesalonika 3:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

2 kwabaseThesalonika 3:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

asidlanga sinkwa samuntu ngesihle, kodwa sadla ngokukhandleka nangokukhathazeka, sisebenza ubusuku nemini ukuba singasindi muntu kini

2 kwabaseThesalonika 3:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Asidlanga sinkwa samuntu ngesihle, kodwa sazikhandla, sisebenza kanzima ubusuku nemini, ukuba singabi mthwalo kumuntu

2 kwabaseThesalonika 3:8 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Asidlanga sinkwa samuntu mahhala; kodwa sisebenza ngokukhandleka nangomshikashiko ubusuku nemini, ukuze singabi mthwalo kunoma yimuphi kini.

2 kwabaseThesalonika 3:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Asidlanga sinkwa samuntu mahhala; kodwa sisebenza ngokukhandleka nangomshikashiko ubusuku nemini, ukuze singabi mthwalo kunoma yimuphi kini.