Mathewu 16:15-17
Mathewu 16:15-17 CZB24
Wathi kubo: “Nina-ke nithi ngingubani na? USimoni Petru waphendula wathi: “Wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu ophilayo. UJesu waphendula wathi kuye: “Ubusisiwe wena Simoni kaJona, ngokuba inyama negazi akukwambulelanga lokhu, kodwa uBaba osezulwini.





