Funani uJehova esekhona, nimbize eseseduze. Omubi makashiye indlela yakhe, nongalungile imicabango yakhe; aphenduke eNKOSIni, njalo izaba lesihawu kuye; nakuNkulunkulu wethu, ngokuba uyakuthethelela kaningi. Ngokuba imicabango yami ayisiyo imicabango yenu, nezindlela zenu azisizo izindlela zami,” usho uJehova. Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba, kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu, nemicabango yami kunemicabango yenu. Ngokuba njengoba imvula neqhwa kwehla ezulwini futhi kungabuyeli khona, kodwa ninisele umhlaba, kuwenze uhlume, uhlume, ukuze unike ohlwanyelayo inhlanyelo, nesinkwa kodlayo. Lizakuba njalo ilizwi lami eliphuma emlonyeni wami: kaliyikubuyela kimi lilambatha, kodwa lizafeza lokho engikuthandayo, njalo lizaphumelela kukho konke engilithumele khona. Ngokuba niyakuphuma ngokujabula, niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyakuqhuma phambi kwenu ngokujabula, nemithi yonke yasendle ishaye ihlombe.
Funda U-Isaya 55
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Isaya 55:6-12
7 Days
We may not always see or feel it, but God is always with us... even when we're going through hard things. In this plan, Finding Hope Coordinator Amy LaRue writes from the heart about her own family's struggle with addiction and how God's joy broke through in their darkest times.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo