Kwabase-Efesu 2:13-17

Kwabase-Efesu 2:13-17 CZB24

Kepha manje kuKristu Jesu nina enanikade nikude nisondele ngegazi likaKristu. Ngokuba yena ungukuthula kwethu, owenza kokubili kwaba-nye, wadiliza ugange oluphakathi oluhlukanisayo; Echithile ubutha enyameni yakhe, umthetho wemiyalo osezimisweni; ukuze enze kuye ngababili umuntu munye omusha, enze ukuthula; lokuthi enze ukuthi bobabili babuyisane loNkulunkulu emzimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngaso; Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, nakubo abaseduze.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase-Efesu 2:13-17