UDuteronomi 34:1-4

UDuteronomi 34:1-4 CZB24

UMose wakhuphuka emathafeni akwaMowabi, waya entabeni yaseNebo esiqongweni sasePisiga esibhekene neJeriko. UJehova wambonisa lonke izwe lakwaGileyadi kwaDani; nalo lonke iNafetali, nezwe lakwa-Efrayimi, noManase, nezwe lonke lakwaJuda, kuze kube selwandle lwasentshonalanga; neningizimu nethafa lesigodi saseJeriko umuzi wamasundu kuze kube seSowari. UJehova wathi kuye: “Nanti izwe engalifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ngathi: ‘Ngiyakulinika inzalo yakho;’ Ngikwenze wakubona ngamehlo akho, kodwa akumelwe uhambe. Lapho.